Facebook
Twitter
Problem melden

Vezandlebe Songtext

UMFOWETHU UYAHLUPHA -
ANGAZI IMPELA UKUTHI UQONDA UKWENZANI
( My brother bothers me -
I really don't know what he's up to )
UMFOWETHU UYAHLUPHA -
UKHULUMA IZINTO ENGINGAZAZI
( My brother bothers me -
He speaks of things I have never heard )
UMFOWETHU UYAHLUPHA -
WENZA SANGATHI UYAINGINGCOKOLELA
( My brother bothers me -
Its as if he is trying to put me down)
UMFOWETHU UYAHLUPHA -
MAKA YEKE UKUNGIKHULUMELA KABI
( My brother bothers me -
He sould stop talking behind my back )

NAKHO - KE USETSHELA ABANGANE BAKHE
( There ! he is telling his friends )
ANGINGUYENA OWALEKHAYA , NGIWAKWA - NEXT DOOR
( That I am an illigitimate child , that I come from next door )

CHORUS
ELAKWABANI ?
( Whose child is this ? )
ELAKWABANI IVEZANLEBE
( Whose is this child with his ears sticking out ? )
SELICWAYISA AMEHLO LIVEZANLEBE
( It is blinking its eyes , this child of questionable origins )
UMFOWETHU UYAHLUPHA -
SAKHULA NAYE SAQUDELANA
( My brother bothers me -
We grew up together always competing )
UMFOWETHU UYAHLUPHA -
NGAMEHLULA NJALO NOMA NGANI
( My brother bothers me - I always beat him in every way )
UMFOWETHU UYAHLUPHA -
UMDALA KODWA UNGATHI USEMNCANE
( My brother bothers me -
He is older than me but he never acts his age )
UMFOWETHU UYAHLUPHA -
NGISUPHOTHA IKHAYA KODWA YENA AKANANDABA
( My brother bothers me -
I send money home , but he doesn't care ...)

NAKHO - KE USETSHELA ABANGANE BAKHE
( There ! he is telling his friends )
ANGINGUYENA OWALEKHAYA , NGIWAKWA - NEXT DOOR
( That I am an illigitimate child , that I come from next door )

CHORUS

BRIDGE SECTION:
KHUZANI KHUZANI
( Admonish , admonish )
KHUZANI , WEBABA NOMA
( Admonish him , Dad and Mom ! )

CHORUS
News
Jon Bon Jovi: Kein Fan von ‚Livin' On a Prayer‘
Vor 23 Stunden
Jon Bon Jovi: Kein Fan von ‚Livin' On a Prayer‘
Taylor Swift: Von Album-Erfolg überrascht
Vor 2 Stunden
Taylor Swift: Von Album-Erfolg überrascht
Johnny Clegg - Vezandlebe
Quelle: Youtube
0:00
0:00
Made with in Berlin
© 2000-2024 MusikGuru